God is a mystery that is experienced best when enlightened. |
UNkulunkulu uyimfihlakalo eqondwa kabanzi uma ngabe ukhanyiselekile. |
We can only say that it is good to live in God. |
Singasho sithi kuhle ukuphila ukuNkulunkulu. |
It is better to be enlightened than not enlightened. |
Kungcono ukukhanyiseleka kunokuba sebumnyameni. |
Enlightenment is the deeper purpose of life. |
Ukukhanyiseleka kuyinjongo ejulile empilweni. |
Through enlightenment, we reach the kingdom of God. |
Ngokukhanyiseleka sixhumana nombuso kaNkulunkulu. |
Enlightenment means inner peace, inner happiness and all-encompassing love for all beings. |
Ukukhanyiseleka kusho ukuthula emphefumulweni, injabulo yomphefumulo kanye nakho konke okuxhumene nothando lwezidalwa. |
An enlightened person lives in God. |
Umuntu okhanyiselekile uphila ekuNkulunkulu. |
He or she sees God as a kind of light in the world. |
Ubona uNkulunkulu njengokukhanya kwezwe. |
He or she feels God in him or herself and around him or herself. |
UNkulunkulu umuzwa ngaphakathi naseduze kwakhe. |
He or she feels God as inner happiness, inner peace and inner strength and is aware that he or she is in a higher truth that can only be described as universal love. |
UNkulunkulu uyintokozo yakhe, ukuthula kwakhe namandla akhe, futhi uyaqonda ukuthi uphila eqinisweni elingachazwa njengothando lomhlaba. |
In each of the major religions, there are varied definitions of God. |
Ngokwehlukana kwezinkolo kunezindlela ezahlukene zokuchaza uNkulunkulu. |
In the religions we also find the personal and abstract term of God. |
Inkolo nenkolo inendlela ethile echaza ngayo uNkulunkulu wayo. |
Many enlightened mystics think of God as a person and some others as a higher dimension in the cosmos. |
Osolwazi abahlukene bacabanga ukuthi uNkulunkulu ungumuntu kanti abanye bambona njengakho konke kukho konke. |
In Buddhism and in Hinduism the abstract term of God dominates. |
Enkolweni yesiBudda neyesiHindu igama likaNkulunkulu libalulekile. |
In Buddhism, the highest principle is called Nirvana and in Hinduism it’s called Brahman. |
Kwinkolo yesiBudda umholi wabo nguNirvana kanti kweyesiHindu ubizwa ngoBrahman. |
Jesus referred to God as father. |
UJesu ubizwa ngoNkulunkulu ubaba. |
Moses referred to God more in an abstract fashion. |
UMose ubizwa ngonkulunkulu oyisekela. |
His central definition of God was described with the words “I am.” |
Ukubizwa kwakhe ngonkulunkulu kwakuhambisana namagama athi "Ngingu..." |
These words refer to God as a happy state of being where one experiences enlightenment. |
Lawa amagama kaNkulunkulu lapho umuntu ethokozela umuzwa wokuba sekukhanyeni. |
In the words “I am” we find the main way to enlightenment. |
Emagameni "Ngingu..." sithola indlela eya ekukhanyeni. |
People need to develop a cosmic consciousness, a consciousness of the unity of all things. |
Abantu badinga ukuthuthukisa umuzwa wabo, umuzwa wokuhlangana kwezinto zonke. |
Thus the ego consciousness is lost. |
Yize noma ukuqonda kulahlekile. |
Then one experiences pure consciousness, is one with everything and can only say: “I am.” |
Umuntu ube esethola ukuqonda okungwele, okujulile bese ekwazi ukuthi "Ngingu..." |
He or she cannot say “I am so and so.” |
Angeke akwazi ukuthi "Ngingisibanibani" |
He or she identifies with everything and everyone and is personally nothing and is simply consciousness. |
Uthatheka kalula akabi yilutho, uhamba nomuzwa nje kuphela. |
God as a being who can take action helps us along the spiritual way. |
UNkulunkulu uyangenelela asilekelele ngokukamoya. |
All enlightened beings are an incarnation of God. |
Bonke abantu abakhanyiselekile bayizidalwa zikaNkulunkulu. |
If you connect with God or an enlightened being daily, you will be lead in the light. |
Uma uxhumana noNkulunkulu noma ukhanyiselekile usuku nosuku uzoholeleka ekukhanyeni. |